Mavulane wesiwasho . mkhulu Shezi 222

Mavulane wesiwasho . mkhulu Shezi 222 Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Mavulane wesiwasho . mkhulu Shezi 222, Nancefield, Soweto.

17/10/2025

Amen emakhaya emadolobheni nasema lokishini umkhulu u Shezi uyatholakala kule weekend till Monday Kodwa ngesonto ngigcina ngo 11 ukusebenza ngoba ngifaka inkonzo .ngicela ningithinte nichaze izinkinga zenu ningifonele noma I Whatsapp mina ngizoza nezixazululo ( solution's) .ningawabheka amanye ama post Ami ukuthi yini engiyenzayo mina ngise Nancefield hostel emadala
Amen
0639760486 0722856813

16/09/2025

Amen e Johannesburg Kanye nasema lokishini ( Kasi) bengidlulisa nje ukuthi namuhla umkhulu u Shezi uyatholakala namuhla ,kusasa & Thursday .e Nancefield hostel kulabo abadinga usizo lwe siwasho nekhambi lesintu
1unesichitho
2 ukuvula inhlanhla
3 akulaleki ebusuku
4 lahla isilwane
5 geza igazi
6 thola intambo yemimoya .yinhle futhi nakubantu abakhulelwe
7 cleaner isibeletho uzothila umntwana
8 phindisa izinduku kumuntu okuthakathayo
9 yosibambelelo kwabathandanayo
10 siyambuyisa noma ehambile
11 thola umavula zonke isiwasho sakwamkhulu esinamadla
12 Namaphupho ngiyawavula
Nokunye engingakubalanga lapho uzokuzwa uma sesifonelana
Ngiyaxolisa ngezithwalo ANGINAZO NEZIMALI EZISHESHAYO ANGINAZO FUTHI ANGINALWAZI NGAZO NEZIGUBHU ANGIZENZI

Ngiyabonga
0722856813
0639760486
Call or Whatsapp
Uzokhuluma nami straight efonini

27/08/2025

Amen kulabo abakholelwa osizweni lwabelaphi lona ngu Mkhulu u Shezi ngise Nancefield hostel e Soweto .
Ngicela abadinga ukusizakala basondele kimi nenkinga yabo ngiyathanda ukuthi umuntu azifikele yena kimi Kodwa ke uma ukude ngiyakuthumelela
Ngizocela ungifonele noma u Whatsapp ubuze mayelana nenkinga yakho
EZOMNDENI. EZOTHANDO.EZEMISEBENZI .YIZINHLUNGU EGAZINI .EZEMIMOYA .

___________________________________IZITHWALO NEZIGUBHU NEZIMALI EZISHESHAYO ANGINAZO FUTHI ANGINALWAZI NGAZO
____________________________________
N**I IZI NUMBER ZAMI
0722856813
0639760486
AMEN

14/08/2025

Siyabingelela kubalandeli bama page abelaphi
Akuokho okuningi engingakusho ngaphandle kokudlulisa nje ukuthi abadinga isiwasho sakwamkhulu uShezi.baningike esesibasizile namuhla bayasebenza abanye babuyile omaqondana babo .kule weekend ngiyatholakala khona e Soweto Nancefield hostel ungangifonela ubuze mayelana nenkinga yakho
0639760486
0722856813
Uma ukude nami ngikuthumelela
Amen abaphile abantu

03/05/2025

Amen balandeli amakhasi abelaphi
Bengidlulisa ukuthi
Umkhulu uShezi wesiwasho usemakhaya kulenyanga e Natal kwaSwayimane .bonke abanesifiso sokuthola izinsebenzo sebengaxhumana nami .ungafona / WhatsApp
0722856813
0639760486
Thokoza

22/04/2025

Amen zihlobo senilala.Sengathi ningavuka niphephile
Ngithi angibonge kulabo abangifonelayo emumva kokuthatha insebenzo yeziwasho zami bebonga imiphumela yazo .
Uma uxakeke ngempela ungadlali ngithinte uze nenkinga yakho ngikusize noma ukude ungesabi uzosizakala ngizokugeza ngisuse amathunzi
Uma uphethwe yiqolo elingapheni nobudoda bakho buvilapha xoxa nami .( LABA OTHATHA LENTO AYINABINGOZI NGIYAXOLISA ANGINAZO LEZO NEMILINGO NAMAGUNDANE NEZIMALI EZINGENA ENDLINI NGICELA NINGANGIBUZI LUTHO NGAZO )
Mina ngikuqaqela impilo nezothando nabazithengiselayo ngiyabageza bathandeke
Nabahlushwa yizilwane emakhaya abo ngizozixosha uzihlalele kamnandi
Ake ungithinte manje mayelana nenkinga onayo usizakale .
Ngo May ngizobe ngise makhaya endaweni yase Swayimane e pmb
Abase kzn bangasondela
Okwamanje ngikhona e Soweto Nancefield hostel
0639760486 MTN 0722856813 voda
Amen

Amen kubathandi bekhasi lakwa Mavulane Bengithi anginazise ukuthi ukuqala kwenyanga ka May ngizobe ngise makhaya endawen...
21/04/2025

Amen kubathandi bekhasi lakwa Mavulane
Bengithi anginazise ukuthi ukuqala kwenyanga ka May ngizobe ngise makhaya endaweni yase Swayimane e pmb bonke abafisa ukuzobonana nami bathathe nensebenzo yesiwasho nokuxazululwa kwezinkinga kulaba abase kzn bangangithinta bathole ama directions .kulaba abangapha egoli ngisekhona kuze kuphele u April
Ungangithinta ubuze mayelana nenkinga yakho ngikusize
0639760486
0722856813
Unga WhatsApp uma kulungile lokho kuwe
Abakude nami mgiya thumela paxi
Kuyo yonke I south Africa

Amen kwabathanda ikhasi lakwa Mavulane Bengithi ake ngithi nje ukunivula amehlo kancane mayelana nezingelosi zakini okun...
24/03/2025

Amen kwabathanda ikhasi lakwa Mavulane
Bengithi ake ngithi nje ukunivula amehlo kancane mayelana nezingelosi zakini okungabantu abadala (idlozi ) kuyenzeka uma udinga usizo kumuntu kanti wena wembethwe ngamadlozi angagezekile asebumnyameni kuye kuthi njalo uma uzama ukuxhumana nabantu abazoletha usizo empilweni yakho Kodwa Ube nokungabaza ugcine ungasayanga nhlobo noma umuntu ozoba nosizo kuwe ugcine ungasa methembi noma kuvele kuthi imali obulungiselele ukuya ngayo kumelaphi noma umathandazi uvele uyisebebenzise entweni ebingenasidingo
Kuyenzeka futhi likuhambise kumuntu ozohluleka ukuxazulula inkinga yakho ngoba alihlambulukile Liza nabo bonke ukumnyama
Iqapheleni ke leyonto uma inokwenzeka kuwe uyayazi
kubalulekile ukuthi uyixoshe leyongelosi emnyama uma ungakwazi ukuyihlambulula
Uma unaleyonkinga yiza kimi siye entabeni siyohlunga ukungcola kusale okuhle Kodwa
Nawe uyazi Angeke kuthi ukhokho noma ukhulu wahamba emhlabeni ethakatha bese ulindela ukuthi engabuya ngenhlanhla kuwe khohlwa loyomuntu usindwa ngamacala akhe

Awungithinte kulezi number
Uxoxe nami uma useduze uzifikele ngise Goli esoweto Nancefield hostel
0722856813 voda
O639760486 MTN
Aaaamen
Ungabheka kumakhasi Ami u PHUMELELA UPHILE NGESIWASHO ./ UMAVULANE WEZIWASHO uzobona iInsebenzo zami ukuthi mina nginaluphi usizo
((((ANGITHWALISI BAKWETHU .ANGIN**IGUBHU .NEZIMALI EZISHESHAYO )))))

01/03/2025

Amen kini nonke
Emagumbini amane omhlaba
Lona umkhulu uShezi osiza abantu abadinga usizo .wena woza kumkhulu nezinkinga mina nginezimpendulo zezinkinga zakho ngesiwasho Sami esinamaandla sengingasho manje ukuthi ngiyasi garanta ngokwemilayezo yabantu bebonga .abanye bayasebenza kumanje ngenxa yaso abanyebabuyelene nezithandwa zabo abanye ama business abo ahamba kahle kakhulu.
Nginqoba imimoya emibi eyenza kungalaleki ebusuku nabangabatholi abantwana nabachithekelwa yizisu uma bekhulelwe
Abanamacala izinhlanga zokuthandeka nezesithunzi intambo yokuvikela imimoya . Uma kukhona umuntu okumise kabi empilweni yakho nasemisebenzini ukuthumela ngemithi njalo zibuyela kuye zishisa
Ngizokugeza ngidilize amathunzi amanyama ubone umhlaba ngenye indlela
Ngiyaxolisa kulokhu anginakho futhi angikwenzi
_ angithwalisi
- anginayo imali esheshayo
-anginazo Isigubhu
-namagundane
-nezinyoka
Uma ufuna lokho ungazuhluphi ngokungifonela
Mina ngitholakala e Soweto e Nancefield hostel
0722856813 voda
0639760486 MTN
0628273437 cell c
Ngiyabonga nginifisela ukuphila
Unga WhatsApp or ufone

Address

Nancefield
Soweto

Telephone

+27639760486

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mavulane wesiwasho . mkhulu Shezi 222 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share