Sikhanda izigubhu zemali

Sikhanda izigubhu zemali Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Sikhanda izigubhu zemali, Pietermaritzburg.

17/01/2024

Kuyokusiza ukuthi ungifonele uma udinga usizo lwe sigubhu .noma izinhlanga zokugembula 078 73 02 866

Asinibingelele  woza sikucathulise  mngoma .othwasile izinto zakho bazivala usuyisangoma samabhayi idlozi lithule okuyil...
18/01/2022

Asinibingelele woza sikucathulise mngoma .othwasile izinto zakho bazivala usuyisangoma samabhayi idlozi lithule okuyilona owalithwasela .amathambo akho athule awasho lutho awuxhumane 0787302866 Mpanza

Asinibingelele bantu benkosi  .esigodlweni sakwa Mpanza .akengikhulume . Uma uzazi ukuthi  wafelwa .wangagezwa  isigubhu...
18/01/2022

Asinibingelele bantu benkosi .esigodlweni sakwa Mpanza .akengikhulume . Uma uzazi ukuthi wafelwa .wangagezwa isigubhu ngeke sikusebenzele .uma uzazi ukuthi.uyabulalana wena igazi labantu ligcwele izandla kuwe awukugezi emva kwalokho. Isigubhu ngeke sikusebenzele..uma uzazi ukuthi unesilwane esilala nawe noma kuleyondawo ohlala kuyo .isigubhu asisebenzi lapho..uma uzazi ukuthi kade kwasa ukhipha izingane esiswini sakho .wangazigezela isigubhu asisebenzi .kululake khuluma nomkhulu kuqala uyothi elethe isigubhu sakho .ukuze uqale ugezwe ..0787302866

18/01/2022

Asinibingelele futhi esigodlweni sakwa Mpanza siyacela futhi kulababantu abathanda ukuhlolelwa nge phone asihloli mahhala kulesisigodlo .wenza nje umudinga usizo uyafona usho ukuthi ucela ukuhlola thina okwethi sikunika Acc. Yalayikhaya uhambe uyofaka 150. Bank .uthenge ikhandlela elimhlophe .ozolilayitha la ozobe uhleli.khona ngalenkathi uhlolelwa . 0787302866 .

18/01/2022

Asinibingelele futhi bathandwa .esigodlweni sakwa .Mpanza sesiyakhona ukusiza labo abaphanjaniselwe umsamo yabo .okungalungi lutho siyanicela uma nisidinga nifone 0787302866

Akenginithi nje ngokumbalwa
28/05/2021

Akenginithi nje ngokumbalwa

16/04/2020

Umuntu odinga usizo lwami ilo ongifonelayo sikhulume kodwa lo obuza kwi page angimthathi crc.ngoba phela nami angihlale ngigade imibuzo

23/02/2020

Sanibona bahlali base Goli ngicela labo abadinga izigubhu basheshe bangithinte .ukuze ngazi ukuthi ngikhuphuka nezigubhu ezingaki.sisabiza leyomali 3.500. 0787302866.fonake kusenesikhathi.

20/01/2020

Ngoba nijwayele inbox ngisho isidingo singekho. Sekuneqola elizibiza ngobaba uZungu. Uzoniqola ebesenithi yimina. Ebese ngigowanisa umuntu ke mina. 0787302866.

19/01/2020

Eyomile iyaziyela ohluphekile uzongifonela kodwa osangiqhathanisa nenyanga yakhe. Uzolokhe ethi.inbox mkhulu. Mina ngizishiyile inumber. Yomsebenzi

18/01/2020

Angithwalisi futhi nami angithwele. Shlobo sami

18/01/2020

Uma unesigubhu akudingi ukuthi uyoze ube namabusunes amakhulu. Noma ngabe udayisa uswidi. Unetafula. Udayisa ema taxin. Udayisa. Insangu. Ungumthandaz uyinyanga. Yasemgwaqeni. Uma usunezinto ohamba nazo. Uyode njalo uhleka. Wedwa ntambama

Address

Pietermaritzburg
3201

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sikhanda izigubhu zemali posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share